We do not have a sample of this song ):
100% accurate
(Intro)
Ehyeyeyeyeyayo
Hayayayayayo
Ngyolala ngimbonile owakwam
Ngyolala ngimbonile
(Chorus)
Noma lingaguqul' amafu
Noba kungadum' izulu
Noma kungathiwani Ilanga liyoshona ngyolala ngimbonile owakwami
Ngizobe ngi li
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li
Ngizobe ngilindile
(Verse 1)
Indlel' engimkhumbule ngayo we!
Ngizwe ngathi ngiyasangan' ekhanda
Bayajabula abak'bonayo
Laph' ukhona s'thandwa sam
Hayi akubona ubuhle bomuntu lobu
Uphuphuzel' uboy' eb'sweni
Sithi unyathela ngabantwana
Angisakhulumi ngamehlo ngathi yongelosi awu shon' amalanga
Shona malanga mina ngiyobon' udali
Ngathi neskhathi sesihamba kanance
Ba bekuya ngam ngabe sengihleli
Sixoxa ngothando lwethu
Sibukan' emehlweni
Ngathi ngiyambona esemoyizela
Ngathi ngiyambon' esemamatheka
Ngathi ngiyambon' esengishalazela
Futhi unamahloni njalo nje
(Verse 2)
Yazi luhl' uthando lwethu bo!
Int'intle ayidingi koniwa
Bazamile bahlulekile bonke ebebethi banginyindela kuwe
Ngithand' ukuthembeka kwakho mina dal'
Nokungithanda ngoweqiniso
Ngiyathembisa ngeke ngikuphoxe
Ngibukanise ngawe nezwe lonke
Phela wena ngakucel' enkosini
Uthando lwakho luyisibusiso kimi
Kushoda abakini, ngibona abakini
Ngithumle inkomo le kini
Shaye 'iphelele inkomo zamalobolo
Ngi'shaye 'iphelel, phelel inkomo zamalobola
Get this song on iTunes
Get this song on Google Music