We do not have a sample of this song ):

Jabulani Hadebe (Sjava)'s picture

Before (Sjava)

(View album: Isina Muva (Gold Deluxe))



100% accurate

(Chorus)
(Before)
Bewungek' ukhulume nami ngale ndlel' okhuluma ngayo
(Before)
Before bewungihlonipha
(Before)
Bewuhlal' ung'tjela njal' ukuth' uyang'thanda
(Kodwa manje)
Sengiyay' celela
(Kodwa manje)
Angisatshelwa sengiyayi celela

(Verse 1)
Ubobhasobha mah
Uzoth' umunt' uyakuthanda
Kant' uyak'halela weee
Uzoth' uthando
Kant' yinkanuko
Kodw' angakuthol' akufunayo uthando lushabalale njenga 'mazolo ebon' ilang' weeee
Ngabe ang'sak fanela

(Bridge)
Kanti yini eyenz'ukuthi umuntu aqamb' amanga
Sibadala masingaka, ungazodlala
Mas'uthol' omuny' ongcono k'nam kumel' ukungitshele
Thando lwami please ngicel' ung'buyisele
Ngeke ngize ngivume
Udlale ngemizwa yam' wee
Ngeke ngize ngivume
Ngothando lwam' weee
Ngeke ngize ngivume
Uchithe isikhathi sami wee
Baning' abafuna lothando.

Get this song on
iTunes

Get this song on
Google Music

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..