We do not have a sample of this song ):
40% accurate
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebencane
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebencane
Kwake kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwavalwa ngehlahla!
Wemf’wethu kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuvalwe ngehlahla!
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
Nkabi yam mas’uthinta ezezimpi
Ngyathunukala
Kvuk’ ulaka
Kshuthi selifice nathi izukulwane
Okush ukuthi namanj’ akukabibikho okuguqukayo
Ama tribe asalwela uNumber one kweyithuthukayo
Angisayiphathi eyamapolitiki yavusa enkulu impi
Uk’hlukaniswa kwama party kwahlukanisa isizwe
Bathi abanye kunokuthi sizwe ngani
Ngamane I silwe
Inyembezi zawela phantsi kwamanzi lashon ipiki
Obaba bashona sisebancane
Obaba bashona bafel abanye
Ulaka lasithola sisebancane
Abanye abakhula basebancane
Nabany ababefisa babaeswei amandla
Sicel uk’khanyiselwa kile di’ emnyama
Sicela nikhipi ukunyanyana kulendi’ emnyama
Sicela ofak’ ulaka la ezolilanda
Ngibon umuntu omnyama ehleli phez komnyama
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebencane
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebencane
Kwake kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwavalwa ngehlahla!
Wemf’wethu kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuvalwe ngehlahla!
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
Njalo mangibhek emuva ngyazibuza ukuthi ngabe sasilwelan
Ngabe sasilweni
Ukube sakhetha ukbambisana ngabe salhelana
Ngabe sacebsana
Yaz ngabe sasekana
Awucabange nje endlini emnyama ngabe ise canaan
Bheka manje phuma ehostela nje uyolwela iparty
But mayime kakhle igama lehostela nje ayiliphathi
Ake sithi ke kyenzeka iparty yakho ihole icountry
Ucathi labantu owawubalwisa bazoxoshwa kwi country
Cha coz ukungazwani kwethu kubulala thina
Omunye umuntu engakhetha ukungaqashi kunokfaka mina
Sikhetha ukjabulisa abantu abazama
Uk’xabanisa thina
Kanti masingabambisana kungagcina
Kudlondlobala thina
Kuyoba nini nje sibulalana sodwa
Abantu bakithi beflathelana bodwa
Nowazi indlela senqab ukuyikhomba
Sibulalana endaweni yokwenza imali yokondla
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebencane
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebencane
Kwake kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwavalwa ngehlahla!
Wemf’wethu kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuvalwe ngehlahla!
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama).
Get this song on iTunes
Get this song on Google Music