We do not have a sample of this song ):

Speedy's picture

Kudala

(View album: The Gift)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  1309 views

play button



40% accurate

Kudala Kudala
Ngicinga ngawe
Ngizidla ngawe
Kudala Kudala
Ngicinga ngawe
Ngizidla ngawe
Sondela ngikubambe
Ngiyazi fela ngawe
Sondela ngikubambe
Ngiyazi fela ngawe
Sondela ngikubambe eyyy

Au sthandwa sami ang’kase
Ngambona
Ofana nawe
Intombi emnyama ang’kase
Ngayibona enhle njengawe
Awu… Mbali enhle
Amehlo wakho ayangibulalaaa
Uthando lwani
Lubanzi lujulile
Lungango lwandile

Kudala Kudala ngicinga ngawe
Ngizidla ngwawe
Kudala kudala
Ngicinga ngawe
Ngizidla ngawe

Ungagqamisa impilo yami
Ngingaglowa ukudla ilanga
Woza kimi ngikunike umqele
Wenkosazana umqehele wendlovukasi
Konke okuhle kukufanele
Noma yini khuluma khuluma kimi
Ngithi nginike ithuba baby
Lokuthi ngizidle ngawe
Kudala ngik’thanda…

Kudala Kudala ngicinga ngawe
Ngizidla ngawe
Kudala Kudala ngicinga ngawe
Ngizidla ngawe
Sondela ngiku bambe
Ngiyazfela ngawe
Sondela ngikubambe
Ngiyazifela ngawe
Sondela ngikubambe hey
Kudala Kudala
Ngicinga ngawe
Ngizidla ngawe
Kudala Kudala
Ngicinga ngawe
Sondela ngikubambe
Ngiyazfela ngawe
Sondela ngikubambe
Ngiyazfela ngawe.

Get this song on
iTunes

Get this song on
Google Music

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..