We do not have a sample of this song ):

Jabulani Hadebe (Sjava)'s picture

Uthando

(View album: Isina Muva (Gold Deluxe))



100% accurate

(Chorus)
Ng'hambe kwaze kwashon' ilanga mama
Ng'funana nothando lwangempela
Eng'batholayo badlala ngam' badlala ngothando lwami
Ngisize, ngisize ube yimpendulo yami
Ngob' uthando lungehlule
'Thando lungehlule mama

(Verse 1)
Thando ng'yakubonga ngigez' izandla
'Ntliziyo yam usuy'phendul' into yokudlala
Kanti thando yin' lena oy'funa kimi?
Kanti thando yini ngempela len' oy'funa kimi?
Ngoba engihlangane nabo bonke mina ngibathandile
Awu bonk' ubuhlungu nengibathembile bang'phoxile
Yazi kub'hlungu uk'thand' umuntu
Uthi umnika uthando lwakho yini they don't appreciate it
They just don't appreciate it (yeyi)
Uthand' aluboni
Abadlale ngothando lwami hayi angibasoli
Vele kunjalo,
Ukungazi kufana nokungaboni

(Verse 2)
Phind' ung'bone ng'themb' umuntu
Phind' ung'bone ng'thand' umuntu
Ngithi uphind' ung'bone ngithand' umuntu
Phind' ung'bone ng'themb' umuntu
Phind' ung'bone ngithath' ithemba lami ngilibeke kumuntu wasemhlabeni
Ungabathanda bonke
Kodwa ungathembi noyedwa nob'umthand' umuntu,
Mthand' ubuyele nganeno
Ngob'umuntu akuyen' owakini
Umuntu uyok'jikel' emini
Thatha kimi lendlela ngiyayazi mina ngiyihambile
Ngisothandweni la onendaba, ugcin' elimele
Vul'amehlo uval'intliziyo
K'semhlabeni lana, kugcwel' i'lingo

Get this song on
iTunes

Get this song on
Google Music

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..